非洲作家对妇女成功的看法:人们承认资源已经到位

IF 0.4 0 LANGUAGE & LINGUISTICS
Vusumuzi J Nkosi, N. Zondi
{"title":"非洲作家对妇女成功的看法:人们承认资源已经到位","authors":"Vusumuzi J Nkosi, N. Zondi","doi":"10.1080/02572117.2022.2094054","DOIUrl":null,"url":null,"abstract":"Imibono evezwe kule atikeli igxile enovelini yesiZulu, Usumenyezelwe-ke Umcebo eyabhalwa nguJabulani Mngadi ongomunye wababhali abahloniswayo kwezobuciko besiZulu. Ithuluzi lokucwaninga elibizwa ngokuthi yiStatus Incongruity Hypothesis yilona elisetshenziselwe ukuveza imizwa yababhali mayelana nempumelelo eyaziwa ngokuthi ingeyabesifazane emisebenzini yobuciko. Inoveli kaMngadi ikuveza kucace ukuthi amasiko abomdabu base Afrika awayeseki neze impumelelo yabantu besifazane. Le atikeli ihlose ukwedlulisela umzabalazo wabantu besifazane enkundleni yamasiko nalokho akulindele kubo. Okutholiwe ekucwaningeni wukuthi: (1) eNtshonalanga impumelelo yomuntu wesifazane ithathwa njengeyakhe yena siqu, kanti emiphakathini yabomdabu base Afrika impumelelo yomuntu wesifazane ayithathwa neze njengeyakhe uqobo kodwa njengeyalowo muntu wesilisa omphethe; (2) emiphakathini eminingi emhlabeni impumelelo yomuntu wesifazane ivele inekelwe izwe nje kungabe kusanakwa nokuphepha kwakhe, okukugcina wukuthi (3) emiphakathini yabomdabu yase Afrika umuntu wesifazane oyisihlabani uyajeziswa ngabantu besilisa nabanye abantu besifazane. Atikeli ivumbulule ukuthi kukhona isikhala esikhona ezifundweni zeFeminism ngaphansi kwalesi sihloko sayo nokuthi lesi sikhala singavalwa ngokuthi kusetshenziswe iStatus Incongruity Hypothesis ukuphenya imisebenzi yobuciko besiZulu efana namanoveli, amadrama, izindatshana nezinkondlo.","PeriodicalId":42604,"journal":{"name":"South African Journal of African Languages","volume":null,"pages":null},"PeriodicalIF":0.4000,"publicationDate":"2022-05-04","publicationTypes":"Journal Article","fieldsOfStudy":null,"isOpenAccess":false,"openAccessPdf":"","citationCount":"0","resultStr":"{\"title\":\"Imicabango yababhali base-Afrika ngempumelelo yabesifazane: kuhlaziywa inoveli kaJabulani Mngadi ethi Usumenyezelwe-ke Umcebo\",\"authors\":\"Vusumuzi J Nkosi, N. Zondi\",\"doi\":\"10.1080/02572117.2022.2094054\",\"DOIUrl\":null,\"url\":null,\"abstract\":\"Imibono evezwe kule atikeli igxile enovelini yesiZulu, Usumenyezelwe-ke Umcebo eyabhalwa nguJabulani Mngadi ongomunye wababhali abahloniswayo kwezobuciko besiZulu. Ithuluzi lokucwaninga elibizwa ngokuthi yiStatus Incongruity Hypothesis yilona elisetshenziselwe ukuveza imizwa yababhali mayelana nempumelelo eyaziwa ngokuthi ingeyabesifazane emisebenzini yobuciko. Inoveli kaMngadi ikuveza kucace ukuthi amasiko abomdabu base Afrika awayeseki neze impumelelo yabantu besifazane. Le atikeli ihlose ukwedlulisela umzabalazo wabantu besifazane enkundleni yamasiko nalokho akulindele kubo. Okutholiwe ekucwaningeni wukuthi: (1) eNtshonalanga impumelelo yomuntu wesifazane ithathwa njengeyakhe yena siqu, kanti emiphakathini yabomdabu base Afrika impumelelo yomuntu wesifazane ayithathwa neze njengeyakhe uqobo kodwa njengeyalowo muntu wesilisa omphethe; (2) emiphakathini eminingi emhlabeni impumelelo yomuntu wesifazane ivele inekelwe izwe nje kungabe kusanakwa nokuphepha kwakhe, okukugcina wukuthi (3) emiphakathini yabomdabu yase Afrika umuntu wesifazane oyisihlabani uyajeziswa ngabantu besilisa nabanye abantu besifazane. Atikeli ivumbulule ukuthi kukhona isikhala esikhona ezifundweni zeFeminism ngaphansi kwalesi sihloko sayo nokuthi lesi sikhala singavalwa ngokuthi kusetshenziswe iStatus Incongruity Hypothesis ukuphenya imisebenzi yobuciko besiZulu efana namanoveli, amadrama, izindatshana nezinkondlo.\",\"PeriodicalId\":42604,\"journal\":{\"name\":\"South African Journal of African Languages\",\"volume\":null,\"pages\":null},\"PeriodicalIF\":0.4000,\"publicationDate\":\"2022-05-04\",\"publicationTypes\":\"Journal Article\",\"fieldsOfStudy\":null,\"isOpenAccess\":false,\"openAccessPdf\":\"\",\"citationCount\":\"0\",\"resultStr\":null,\"platform\":\"Semanticscholar\",\"paperid\":null,\"PeriodicalName\":\"South African Journal of African Languages\",\"FirstCategoryId\":\"1085\",\"ListUrlMain\":\"https://doi.org/10.1080/02572117.2022.2094054\",\"RegionNum\":0,\"RegionCategory\":null,\"ArticlePicture\":[],\"TitleCN\":null,\"AbstractTextCN\":null,\"PMCID\":null,\"EPubDate\":\"\",\"PubModel\":\"\",\"JCR\":\"0\",\"JCRName\":\"LANGUAGE & LINGUISTICS\",\"Score\":null,\"Total\":0}","platform":"Semanticscholar","paperid":null,"PeriodicalName":"South African Journal of African Languages","FirstCategoryId":"1085","ListUrlMain":"https://doi.org/10.1080/02572117.2022.2094054","RegionNum":0,"RegionCategory":null,"ArticlePicture":[],"TitleCN":null,"AbstractTextCN":null,"PMCID":null,"EPubDate":"","PubModel":"","JCR":"0","JCRName":"LANGUAGE & LINGUISTICS","Score":null,"Total":0}
引用次数: 0

摘要

这位艺术家的愿景包括祖鲁的源头,这是由祖鲁最好的作家之一Jabulan Mgadi写的。一种名为“地位不协调假说”的配置工具是展示经典作品中被称为女性的成功城市的最常用工具。这项任务表明,这个非洲国家的法律没有得到支持,妇女也没有取得成功。这种颜色的接受者,为了将对妇女的鼓励传递给法院,是对她们的要求。在葬礼上发现的是:(1)在西方,女性的继承权被视为自己的身体,而在非洲记者中,女性的继任权不是作为自己的,而是作为自己丈夫的同一个男人。(2) 在世界许多地方,一位女性的继承权被赋予了世界,而不是她的激情,最终(3)在非洲记者中,一位来自世界的女性受到了针对其他女性的暴力行为的惩罚。阿特肯斯认为,在这一标题下,女权主义教育有一个空间,可以利用地位不协调假说来结束祖鲁文化的作品,如小说、戏剧、玩具和教堂。
本文章由计算机程序翻译,如有差异,请以英文原文为准。
Imicabango yababhali base-Afrika ngempumelelo yabesifazane: kuhlaziywa inoveli kaJabulani Mngadi ethi Usumenyezelwe-ke Umcebo
Imibono evezwe kule atikeli igxile enovelini yesiZulu, Usumenyezelwe-ke Umcebo eyabhalwa nguJabulani Mngadi ongomunye wababhali abahloniswayo kwezobuciko besiZulu. Ithuluzi lokucwaninga elibizwa ngokuthi yiStatus Incongruity Hypothesis yilona elisetshenziselwe ukuveza imizwa yababhali mayelana nempumelelo eyaziwa ngokuthi ingeyabesifazane emisebenzini yobuciko. Inoveli kaMngadi ikuveza kucace ukuthi amasiko abomdabu base Afrika awayeseki neze impumelelo yabantu besifazane. Le atikeli ihlose ukwedlulisela umzabalazo wabantu besifazane enkundleni yamasiko nalokho akulindele kubo. Okutholiwe ekucwaningeni wukuthi: (1) eNtshonalanga impumelelo yomuntu wesifazane ithathwa njengeyakhe yena siqu, kanti emiphakathini yabomdabu base Afrika impumelelo yomuntu wesifazane ayithathwa neze njengeyakhe uqobo kodwa njengeyalowo muntu wesilisa omphethe; (2) emiphakathini eminingi emhlabeni impumelelo yomuntu wesifazane ivele inekelwe izwe nje kungabe kusanakwa nokuphepha kwakhe, okukugcina wukuthi (3) emiphakathini yabomdabu yase Afrika umuntu wesifazane oyisihlabani uyajeziswa ngabantu besilisa nabanye abantu besifazane. Atikeli ivumbulule ukuthi kukhona isikhala esikhona ezifundweni zeFeminism ngaphansi kwalesi sihloko sayo nokuthi lesi sikhala singavalwa ngokuthi kusetshenziswe iStatus Incongruity Hypothesis ukuphenya imisebenzi yobuciko besiZulu efana namanoveli, amadrama, izindatshana nezinkondlo.
求助全文
通过发布文献求助,成功后即可免费获取论文全文。 去求助
来源期刊
CiteScore
0.50
自引率
0.00%
发文量
30
期刊介绍: The South African Journal of African Languages is a peer-reviewed research journal devoted to the advancement of African (Bantu) and Khoi-San languages and literatures. Papers, book reviews and polemic contributions of a scientific nature in any of the core areas of linguistics, both theoretical (e.g. syntax, phonology, semantics) and applied (e.g. sociolinguistic topics, language teaching, language policy), and literature, based on original research in the context of the African languages, are welcome. The journal is the official mouthpiece of the African Language Association of Southern Africa (ALASA), established in 1979.
×
引用
GB/T 7714-2015
复制
MLA
复制
APA
复制
导出至
BibTeX EndNote RefMan NoteFirst NoteExpress
×
提示
您的信息不完整,为了账户安全,请先补充。
现在去补充
×
提示
您因"违规操作"
具体请查看互助需知
我知道了
×
提示
确定
请完成安全验证×
copy
已复制链接
快去分享给好友吧!
我知道了
右上角分享
点击右上角分享
0
联系我们:info@booksci.cn Book学术提供免费学术资源搜索服务,方便国内外学者检索中英文文献。致力于提供最便捷和优质的服务体验。 Copyright © 2023 布克学术 All rights reserved.
京ICP备2023020795号-1
ghs 京公网安备 11010802042870号
Book学术文献互助
Book学术文献互助群
群 号:481959085
Book学术官方微信