Ukuhlaziywa kwezincazelo nomlayezo owethulwa emagameni emiziyenkosi uMzilikazi

IF 0.4 0 LANGUAGE & LINGUISTICS
Dumisani Ephraim Khumalo, E. B. Zungu
{"title":"Ukuhlaziywa kwezincazelo nomlayezo owethulwa emagameni emiziyenkosi uMzilikazi","authors":"Dumisani Ephraim Khumalo, E. B. Zungu","doi":"10.1080/02572117.2022.2139937","DOIUrl":null,"url":null,"abstract":"Amagama emizi abamba iqhaza elibalulekile ekuqinisekiseni ukugcinwa komlando kanye nokufundisa izizukulwane ngolwazi, umlando kanye nendlela yokuphila eyabe ilandelwa yizizukulwane ezandulele esizweni. Ukuqinisekiswa kokuhunyushwa ngendlela komlayezo oqukethwe emagameni emizi kubamba iqhaza elibalulekile ekuqikeleleni ukuthi umlando wesizwe udluliselwa ezizukulwaneni ngendlela efanele nelindelekile. Ezindaweni lapho kuhlangene izinhlanga ezahlukene nezikhuluma izilimi ezingefani, ulwazi olungaba wusizo ekuhambeni kwesikhathi lusengcupheni yokulahlekelwa yisisindo esifanele ngenxa yokungabi khona kwezizinda ezilawula ziphinde ziqinisekise ukudluliselwa kolwazi olufanele olumumethwe emagameni ezindawo ngendlela elindelekile nefanele. Leli phepha liphenya kabanzi ngencazelo nomlayezo owethulwa emagameni emizi esizweni esasiholwa nguMzilikazi Khumalo. Inhloso esemqoka yaleli phepha kube ngukugcizelela ukulandelwa kwenqubo yokwethiwa kwamagama emizi ngaphansi kohlangothi olwaluholwa nguMzilikazi Khumalo noma kwabe sekunguhlangothi olwaluxube izinhlanga ezahlukene. Iphepha liphinde ligcizelela nendlela ukuqinisekiswa kokuhunyushwa kwamagama emizi ngendlela efanele okunomthelela ngayo ekulahlekeni komlando kanye namagugu esizwe. Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuthungatha imibono eyahlukene evela kubabambiqhaza. Ucwaningo lusebenzise injulalwazi yeHermeneutics kanye nenjulalwazi yesemiyothiki njengezinsizakuhlaziya ekuthungatheni ulwazi ngesihloko socwaningo. Imiphumela yocwaningo iveze ukuthi ukwethiwa kwemizi kaMzilikazi Khumalo kwabe kuncike ezinhlosweni ezahlukene nezibandakanya isu lokuletha ithemba kanye nokukhuthaza isizwe, ukubhinqa, ukuthumela umlayezo wokusabisa ezimbangini zakhe kanye nobudlelwane nemvelo ayephila kuyona. Kuphinde kwagqama nokubaluleka kokuqinisekiswa kokuqashelwa kwemvelaphi yamagama ukuze kuvikelwe umlando nalezo zinto ezingamagugu esizweni.","PeriodicalId":42604,"journal":{"name":"South African Journal of African Languages","volume":"42 1","pages":"283 - 292"},"PeriodicalIF":0.4000,"publicationDate":"2022-09-02","publicationTypes":"Journal Article","fieldsOfStudy":null,"isOpenAccess":false,"openAccessPdf":"","citationCount":"0","resultStr":null,"platform":"Semanticscholar","paperid":null,"PeriodicalName":"South African Journal of African Languages","FirstCategoryId":"1085","ListUrlMain":"https://doi.org/10.1080/02572117.2022.2139937","RegionNum":0,"RegionCategory":null,"ArticlePicture":[],"TitleCN":null,"AbstractTextCN":null,"PMCID":null,"EPubDate":"","PubModel":"","JCR":"0","JCRName":"LANGUAGE & LINGUISTICS","Score":null,"Total":0}
引用次数: 0

Abstract

Amagama emizi abamba iqhaza elibalulekile ekuqinisekiseni ukugcinwa komlando kanye nokufundisa izizukulwane ngolwazi, umlando kanye nendlela yokuphila eyabe ilandelwa yizizukulwane ezandulele esizweni. Ukuqinisekiswa kokuhunyushwa ngendlela komlayezo oqukethwe emagameni emizi kubamba iqhaza elibalulekile ekuqikeleleni ukuthi umlando wesizwe udluliselwa ezizukulwaneni ngendlela efanele nelindelekile. Ezindaweni lapho kuhlangene izinhlanga ezahlukene nezikhuluma izilimi ezingefani, ulwazi olungaba wusizo ekuhambeni kwesikhathi lusengcupheni yokulahlekelwa yisisindo esifanele ngenxa yokungabi khona kwezizinda ezilawula ziphinde ziqinisekise ukudluliselwa kolwazi olufanele olumumethwe emagameni ezindawo ngendlela elindelekile nefanele. Leli phepha liphenya kabanzi ngencazelo nomlayezo owethulwa emagameni emizi esizweni esasiholwa nguMzilikazi Khumalo. Inhloso esemqoka yaleli phepha kube ngukugcizelela ukulandelwa kwenqubo yokwethiwa kwamagama emizi ngaphansi kohlangothi olwaluholwa nguMzilikazi Khumalo noma kwabe sekunguhlangothi olwaluxube izinhlanga ezahlukene. Iphepha liphinde ligcizelela nendlela ukuqinisekiswa kokuhunyushwa kwamagama emizi ngendlela efanele okunomthelela ngayo ekulahlekeni komlando kanye namagugu esizwe. Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuthungatha imibono eyahlukene evela kubabambiqhaza. Ucwaningo lusebenzise injulalwazi yeHermeneutics kanye nenjulalwazi yesemiyothiki njengezinsizakuhlaziya ekuthungatheni ulwazi ngesihloko socwaningo. Imiphumela yocwaningo iveze ukuthi ukwethiwa kwemizi kaMzilikazi Khumalo kwabe kuncike ezinhlosweni ezahlukene nezibandakanya isu lokuletha ithemba kanye nokukhuthaza isizwe, ukubhinqa, ukuthumela umlayezo wokusabisa ezimbangini zakhe kanye nobudlelwane nemvelo ayephila kuyona. Kuphinde kwagqama nokubaluleka kokuqinisekiswa kokuqashelwa kwemvelaphi yamagama ukuze kuvikelwe umlando nalezo zinto ezingamagugu esizweni.
通知和送达国王的名字
这些城市的名字强调了维护历史和教育几代人的重要性,以及前几代人遵循的历史和生活方式。城市名称中上传信息的确认很重要,因为预计国家历史将以合适的方式在世界各地传播。在不同种类的语言和语言不同的地方,由于缺乏监管领域的知识,在移动时间时可能有用的知识是更快损失的首选设备,以确保以适当的方式将适当的信息转移到本地化语言。这一页上有一张很棒的纸和一条以《好消息》所信仰的人民的名义发送给这座城市的信息。此页面的目的是压缩城市名称的序列,该序列被分隔符分隔为分号。该页面经过了加强,以确保以适合您的方式推广城市名称,以销毁档案和国家神话。本页面用于描述从参与者的不同视觉效果显示校准的方式。该调查尽早使用解释学卫星和力学史来交换关于运动主题的信息。伊姆普梅拉是一个年轻人,他是一个名叫卡姆齐利卡齐·库马洛·克瓦贝的人。为了发展历史和世界上其他非语言事物,确认一个新的单词来源的开始也很重要。
本文章由计算机程序翻译,如有差异,请以英文原文为准。
求助全文
约1分钟内获得全文 求助全文
来源期刊
CiteScore
0.50
自引率
0.00%
发文量
30
期刊介绍: The South African Journal of African Languages is a peer-reviewed research journal devoted to the advancement of African (Bantu) and Khoi-San languages and literatures. Papers, book reviews and polemic contributions of a scientific nature in any of the core areas of linguistics, both theoretical (e.g. syntax, phonology, semantics) and applied (e.g. sociolinguistic topics, language teaching, language policy), and literature, based on original research in the context of the African languages, are welcome. The journal is the official mouthpiece of the African Language Association of Southern Africa (ALASA), established in 1979.
×
引用
GB/T 7714-2015
复制
MLA
复制
APA
复制
导出至
BibTeX EndNote RefMan NoteFirst NoteExpress
×
提示
您的信息不完整,为了账户安全,请先补充。
现在去补充
×
提示
您因"违规操作"
具体请查看互助需知
我知道了
×
提示
确定
请完成安全验证×
copy
已复制链接
快去分享给好友吧!
我知道了
右上角分享
点击右上角分享
0
联系我们:info@booksci.cn Book学术提供免费学术资源搜索服务,方便国内外学者检索中英文文献。致力于提供最便捷和优质的服务体验。 Copyright © 2023 布克学术 All rights reserved.
京ICP备2023020795号-1
ghs 京公网安备 11010802042870号
Book学术文献互助
Book学术文献互助群
群 号:481959085
Book学术官方微信