Vusumuzi J Nkosi, N. Zondi
求助PDF
{"title":"Imicabango yababhali base-Afrika ngempumelelo yabesifazane: kuhlaziywa inoveli kaJabulani Mngadi ethi Usumenyezelwe-ke Umcebo","authors":"Vusumuzi J Nkosi, N. Zondi","doi":"10.1080/02572117.2022.2094054","DOIUrl":null,"url":null,"abstract":"Imibono evezwe kule atikeli igxile enovelini yesiZulu, Usumenyezelwe-ke Umcebo eyabhalwa nguJabulani Mngadi ongomunye wababhali abahloniswayo kwezobuciko besiZulu. Ithuluzi lokucwaninga elibizwa ngokuthi yiStatus Incongruity Hypothesis yilona elisetshenziselwe ukuveza imizwa yababhali mayelana nempumelelo eyaziwa ngokuthi ingeyabesifazane emisebenzini yobuciko. Inoveli kaMngadi ikuveza kucace ukuthi amasiko abomdabu base Afrika awayeseki neze impumelelo yabantu besifazane. Le atikeli ihlose ukwedlulisela umzabalazo wabantu besifazane enkundleni yamasiko nalokho akulindele kubo. Okutholiwe ekucwaningeni wukuthi: (1) eNtshonalanga impumelelo yomuntu wesifazane ithathwa njengeyakhe yena siqu, kanti emiphakathini yabomdabu base Afrika impumelelo yomuntu wesifazane ayithathwa neze njengeyakhe uqobo kodwa njengeyalowo muntu wesilisa omphethe; (2) emiphakathini eminingi emhlabeni impumelelo yomuntu wesifazane ivele inekelwe izwe nje kungabe kusanakwa nokuphepha kwakhe, okukugcina wukuthi (3) emiphakathini yabomdabu yase Afrika umuntu wesifazane oyisihlabani uyajeziswa ngabantu besilisa nabanye abantu besifazane. Atikeli ivumbulule ukuthi kukhona isikhala esikhona ezifundweni zeFeminism ngaphansi kwalesi sihloko sayo nokuthi lesi sikhala singavalwa ngokuthi kusetshenziswe iStatus Incongruity Hypothesis ukuphenya imisebenzi yobuciko besiZulu efana namanoveli, amadrama, izindatshana nezinkondlo.","PeriodicalId":42604,"journal":{"name":"South African Journal of African Languages","volume":null,"pages":null},"PeriodicalIF":0.4000,"publicationDate":"2022-05-04","publicationTypes":"Journal Article","fieldsOfStudy":null,"isOpenAccess":false,"openAccessPdf":"","citationCount":"0","resultStr":null,"platform":"Semanticscholar","paperid":null,"PeriodicalName":"South African Journal of African Languages","FirstCategoryId":"1085","ListUrlMain":"https://doi.org/10.1080/02572117.2022.2094054","RegionNum":0,"RegionCategory":null,"ArticlePicture":[],"TitleCN":null,"AbstractTextCN":null,"PMCID":null,"EPubDate":"","PubModel":"","JCR":"0","JCRName":"LANGUAGE & LINGUISTICS","Score":null,"Total":0}
引用次数: 0
引用
批量引用
非洲作家对妇女成功的看法:人们承认资源已经到位
这位艺术家的愿景包括祖鲁的源头,这是由祖鲁最好的作家之一Jabulan Mgadi写的。一种名为“地位不协调假说”的配置工具是展示经典作品中被称为女性的成功城市的最常用工具。这项任务表明,这个非洲国家的法律没有得到支持,妇女也没有取得成功。这种颜色的接受者,为了将对妇女的鼓励传递给法院,是对她们的要求。在葬礼上发现的是:(1)在西方,女性的继承权被视为自己的身体,而在非洲记者中,女性的继任权不是作为自己的,而是作为自己丈夫的同一个男人。(2) 在世界许多地方,一位女性的继承权被赋予了世界,而不是她的激情,最终(3)在非洲记者中,一位来自世界的女性受到了针对其他女性的暴力行为的惩罚。阿特肯斯认为,在这一标题下,女权主义教育有一个空间,可以利用地位不协调假说来结束祖鲁文化的作品,如小说、戏剧、玩具和教堂。
本文章由计算机程序翻译,如有差异,请以英文原文为准。