Incazelo nomlando oqukethwe emagameni aqanjwe abesifazane abashade ngaphambi konyaka we-1990 esigodini sakaGcaliphiwe eMaphephetheni

IF 0.4 0 LANGUAGE & LINGUISTICS
Sabelo Zamani Msomi, N. Ndimande-Hlongwa
{"title":"Incazelo nomlando oqukethwe emagameni aqanjwe abesifazane abashade ngaphambi konyaka we-1990 esigodini sakaGcaliphiwe eMaphephetheni","authors":"Sabelo Zamani Msomi, N. Ndimande-Hlongwa","doi":"10.1080/02572117.2023.2294665","DOIUrl":null,"url":null,"abstract":"Leli phepha lihlola ukuqanjwa kwamagama abantu besifazane abashadile ngenhloso yokuthola umlando nencazelo. Ezikhathini eziphambili bekuwumkhuba ojwayelekile ukuthi umuntu wesifazane uma ezogana afike athole igama elisha emzini. Ngokujwayelekile abantu besifazane bebeqanjwa ngezibongo zabo okuyinto esaqhubeka namanje. Uma owesifazane oganile engowakwaBhengu ubizwa ngokuthi uMaBhengu, owakwaSithole kuthiwa uMaSithole ukuze isibongo sakhe singapheli. Okuyisisusa socwaningo ukuthi kunamanye amagama omakoti adidayo angaqondakali ukuthi achaza ukuthini nokuthi avelaphi. Yingakho inhlosongqangi yaleli phepha kuwukuhlaziya incazelo nomlando oqukethwe ngamagama aqanjwe abesifazane abashade ngaphambi konyaka we-1990. Ngokuhamba kwesikhathi nokushabalala kwesiko kweminye imizi umakoti useyabizwa nangegama lakhe kungabi ndaba zalutho uphinde uzwe nowesifazane egagula ubabezala ngegama okuyinto ekade iyichilo ngezikhathi zasendulo. Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi obeludingwa ucwaningo njengoba ucwaningo beluzinze esifundazweni saKwaZulu-Natali ngaphansi kwesifunda saseThekwini esizweni saMaphephethe. Izingxoxo nabantu abadala yizona ezisetshenzisiwe ukuqoqa ulwazi locwaningo mayelana namagama ayeqanjwa abesifazane ngosuku lomgcagco. Injululwazi esetshenzisiwe ukusekela lolu cwaningo ibizwa ngokuthi i- Hermeneutics. Okutholakele ocwaningweni kuveza ukuthi amagama aqanjwe abesifazane aqukethe ukudelela, ukwamukelwa nethemba kwabasemzini, amagama obaba babo nezithakazelo.","PeriodicalId":42604,"journal":{"name":"South African Journal of African Languages","volume":null,"pages":null},"PeriodicalIF":0.4000,"publicationDate":"2023-09-02","publicationTypes":"Journal Article","fieldsOfStudy":null,"isOpenAccess":false,"openAccessPdf":"","citationCount":"0","resultStr":null,"platform":"Semanticscholar","paperid":null,"PeriodicalName":"South African Journal of African Languages","FirstCategoryId":"1085","ListUrlMain":"https://doi.org/10.1080/02572117.2023.2294665","RegionNum":0,"RegionCategory":null,"ArticlePicture":[],"TitleCN":null,"AbstractTextCN":null,"PMCID":null,"EPubDate":"","PubModel":"","JCR":"0","JCRName":"LANGUAGE & LINGUISTICS","Score":null,"Total":0}
引用次数: 0

Abstract

Leli phepha lihlola ukuqanjwa kwamagama abantu besifazane abashadile ngenhloso yokuthola umlando nencazelo. Ezikhathini eziphambili bekuwumkhuba ojwayelekile ukuthi umuntu wesifazane uma ezogana afike athole igama elisha emzini. Ngokujwayelekile abantu besifazane bebeqanjwa ngezibongo zabo okuyinto esaqhubeka namanje. Uma owesifazane oganile engowakwaBhengu ubizwa ngokuthi uMaBhengu, owakwaSithole kuthiwa uMaSithole ukuze isibongo sakhe singapheli. Okuyisisusa socwaningo ukuthi kunamanye amagama omakoti adidayo angaqondakali ukuthi achaza ukuthini nokuthi avelaphi. Yingakho inhlosongqangi yaleli phepha kuwukuhlaziya incazelo nomlando oqukethwe ngamagama aqanjwe abesifazane abashade ngaphambi konyaka we-1990. Ngokuhamba kwesikhathi nokushabalala kwesiko kweminye imizi umakoti useyabizwa nangegama lakhe kungabi ndaba zalutho uphinde uzwe nowesifazane egagula ubabezala ngegama okuyinto ekade iyichilo ngezikhathi zasendulo. Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi obeludingwa ucwaningo njengoba ucwaningo beluzinze esifundazweni saKwaZulu-Natali ngaphansi kwesifunda saseThekwini esizweni saMaphephethe. Izingxoxo nabantu abadala yizona ezisetshenzisiwe ukuqoqa ulwazi locwaningo mayelana namagama ayeqanjwa abesifazane ngosuku lomgcagco. Injululwazi esetshenzisiwe ukusekela lolu cwaningo ibizwa ngokuthi i- Hermeneutics. Okutholakele ocwaningweni kuveza ukuthi amagama aqanjwe abesifazane aqukethe ukudelela, ukwamukelwa nethemba kwabasemzini, amagama obaba babo nezithakazelo.
Incazelo nomlando oqukethwe emagameni aqanjwe abesifazane abashade ngaphambi konyaka we-1990 esigodini sakaGcaliphiwe eMaphephetheni
在这个过程中,我们发现了许多新的问题,其中包括 "我们应该怎样做"、"我们应该怎样做"、"我们应该怎样做"、"我们应该怎样做"、"我们应该怎样做"、"我们应该怎样做"、"我们应该怎样做"。Ezikhathini eziphambili bekuwumkhuba ojwayelekile ukuthi umuntu wesifazane uma ezogana afike athole igama elisha emzini.我们的目标是:在全球范围内,使我们的国家和地区成为世界上最强大的国家之一,并使我们的国家和地区成为世界上最强大的国家之一,并使我们的国家和地区成为世界上最强大的国家之一。Uma owesifazane oganile engowakwaBhengu ubizwa ngokuthi uMaBhengu, owakwaSithole kuthiwa uMaSithole ukuze isibongo sakhe singapheli.Okuyisisusa socwaningo ukuthi kunamanye amagama omakoti adidayo angaqondakali ukuthi achaza ukuthini nokuthi avelaphi。Yingakho inhlosongqangi yaleli phepha kuwukuhlaziya incazelo nomlando oqukethwe ngamagama aqanjwe abesifazane abashade ngaphambi konyaka we-1990。Ngokuhamba kwesikhathi nokushabalala kwesiko kweminye imizi umakoti useyabizwa nangegama lakhe kungabi ndaba zalutho uphinde uzwe nowesifazane egagula ubabezala ngegama okuyinto ekade iyichilo ngezikhathi zasendulo.Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi obeludingwa ucwaningo njengoba ucwaningo beluzinze esifundazweni saKwaZulu-Natali ngaphansi kwesifunda saseThekwini esizweni saMaphephethe.Izingxoxo nabantu abadala yizona ezisetshenzisiwe ukuqoqa ulwazi locwaningo mayelana namagama ayeqanjwa abesifazane ngosuku lomgcagco.Injululwazi esetshenzisiwe ukusekela lolu cwaningo ibizwa ngokuthi i- Hermeneutics.Okutholakele ocwaningweni kuveza ukuthi amagama aqanjwe abesifazane aqukethe ukudelela, ukwamukelwa nethemba kwabasemzini, amagama obaba babo nezithakazelo.
本文章由计算机程序翻译,如有差异,请以英文原文为准。
求助全文
约1分钟内获得全文 求助全文
来源期刊
CiteScore
0.50
自引率
0.00%
发文量
30
期刊介绍: The South African Journal of African Languages is a peer-reviewed research journal devoted to the advancement of African (Bantu) and Khoi-San languages and literatures. Papers, book reviews and polemic contributions of a scientific nature in any of the core areas of linguistics, both theoretical (e.g. syntax, phonology, semantics) and applied (e.g. sociolinguistic topics, language teaching, language policy), and literature, based on original research in the context of the African languages, are welcome. The journal is the official mouthpiece of the African Language Association of Southern Africa (ALASA), established in 1979.
×
引用
GB/T 7714-2015
复制
MLA
复制
APA
复制
导出至
BibTeX EndNote RefMan NoteFirst NoteExpress
×
提示
您的信息不完整,为了账户安全,请先补充。
现在去补充
×
提示
您因"违规操作"
具体请查看互助需知
我知道了
×
提示
确定
请完成安全验证×
copy
已复制链接
快去分享给好友吧!
我知道了
右上角分享
点击右上角分享
0
联系我们:info@booksci.cn Book学术提供免费学术资源搜索服务,方便国内外学者检索中英文文献。致力于提供最便捷和优质的服务体验。 Copyright © 2023 布克学术 All rights reserved.
京ICP备2023020795号-1
ghs 京公网安备 11010802042870号
Book学术文献互助
Book学术文献互助群
群 号:481959085
Book学术官方微信